Rubin Phillip

Umbhishobhi Omkhulu waseKapa uhlaba ukuhlaselwa kwaBahlali baseMjondolo

| | |

Umbhishobhi Omkhulu waseKapa uhlaba ukuhlaselwa kwaBahlali baseMjondolo

Umbhishobhi Omkhulu waseKapa ehlangene noMbhishobhi waKwaZulu-Natal basigxekile isehlakalo sokuhlaselwa komphakathi waseKennedy Road eThekwini.

Umbhishobhi Omkhulu waseKapa uyaphawula

IAnglican Archbishop yaseKapa naye usebambisene kanye noMbhishobhi waKwaZulu-Natal uRubin Phillip ngokumeseka ekusoleni isihluku esezenka emjondolo yakuKennedy Road eThekwini. “Ngivumelana no Mbhishobhi uPhillip ukuthi kuyichilo elikhulu kumbuso wethu wentando yeningi, ukuthi abahlaseli bavele bavunyelwa ukuxosha abaholi benhlangano yaBahlali baseMjondolo, kanye nemindeni eminingi” kusho uMbhishobhi uThabo Makgoba.

Syndicate content