Ubhacile umholi waBahlali baseMjondolo
USEKUBHACENI umholi wenhlangano Abahlali baseMjondolo uMnuz Sbu Zikode okuthiwa uthola izinsongo ezishubile ezivela kubantu abathile, abasolwa ngokungahambisani nemibono yale nhlangano.
Encwadini ethunyelwe uNkk Sindi Mkhize-Zikode ozichaze ngokuthi uyinkosikazi kaZikode, kuvela ukuthi kwabona abasakwazi ukuxhumana naye. Continue reading