Skip to content
1 November 2006

UMBHIKISHO OPHIKISANA NOMPHATHI SIGCAWU UJAYRAJ BHACHU

UMBHIKISHO OPHIKISANA NOMPHATHI SIGCAWU UJAYRAJ BHACHU NGO MHLAKA 4 OCTOBER 2005

Hawu! Hawu!
Bathengisa Ngathi!

NINI: Ngehora lesishayagalombili ekuseni, ngolwesithathu, zingu 4 October 2005.

KUPHI: Ukubhikisha kwabantu kuzosuka e paki yase Asokha eRisiva Hills. Ukubhikikisha kuyophelela emahiusini ake umnumzane Jayraj Bacju Eliku Clare Road.

NGOBANI: Lezinkulugwane zifuna imihlaba, izindlu, zomphakathi ezibalulekile kanye nenhlonipho. Baphinde banikeza amaviki amabili ashiye isikhundla umnumzane Jay Bhachu.

ABAHLELI: Abahleli balombhikisho Quarry Road Development Committee. Bazobe besebenzisana nezinye ezinambelana nentando yeningikuward 23. Lezizi nhlangano zihlanganise amanye amalunga (abahleli) omphakathi owadezindawe ezingekho emthethweni informal settlements eClare estate Kwi Ward 23 Quarry Road Juba place emsahweni Mpolweni Ekuthuleni ePridle Park. Homley Road Shukula, Umgudulu Freeway, Palmeit Zone 1, Palmeit Zone 2, L section Rainbow Ridge, Umgudulu Bologna settlement, Alexoles settlement.

Kuzobe kunezi hambeli zethu ezivela ngaphandle kwaward 23. Jadhu Place, Foreman Road, Burnwood Road, Kennedy Road, Puntan's Hill naseSydenham Heights, Lacy Road and Banana City.

INCWADI YEZIKHALO ZETHU IZOKWE THULWA NGOWESIBILI 4 OCTOBER 2005

Thina bahlali baseward 23 nabasekeli abahambelana nentando yeningi nabahlali abahambelana nentando yeningi nabahlali abahloniphekile base ningizimu Afrika siyazi ukuthi lelizwe licebe ngokutha. Thwa kewmihlaba yethu lapho imihlaba yethu esihlelikuyo siyasuswa siyeswe kolahlwa emapulazi angaphandle netheku koparkgate nase – Welbedacht eChatsworth. Angeke sikwazi ukuqhubeka nokuhlahe ka ngaloluhlobo kepha sizobumbana – kulezikhalazo zethu ezilandelayo.

Sesiside lesisikhathi imiphakatai yethu iphila emizini engekho emithekweni nenga phansi. Kwezinga futhi sesiside isikhathi sithenjiswa imihlaba esilungele nokuhlala emizini ephephile ezempilo nesizotha.

Imiphakathi yethu isidlavuzekile ukuhluphela ngakhoke sifuna uhulumeni asinikeze amathuba emisebenzi esiwudingayo – kakhuklu, kanti futhi okhokhela hgokwanele futhi onesizotha.

Ukholelwa wethu usibukelaphansi futhi ukholelwa ukuthi siyahlupheka angeke akwazi ukusihlonipha ngoba sizahlupheki abantu bayathanda ukuhlonishwa njeengoba sibusa ngentando yeningi.