Abahlali baseMjondolo: Ipolitiki Ephilayo (SERI Practice Note)

Le-CPN eyabo bonke abantu besifazane, abesilisa kanye nabantwana abalahlekelwa izimpilo zabo emzabalazweni wokuthola umhlaba, ikhaya lokuhlala, kanye nezinsiza eziyisisekelo ukuze baphile. Eyabo bonke abantu ababenesandla ekusungulweni kwaBahlali baseMjondolo: laba abasekhona emzabalazweni abasayibambile kanye nalaba abangasekho.