Abasebenzi basefemini (edampi) ngaseSobantu eMgungundlouvu ehlangene nogroundWork

ugroundWork ehlangene nabasebenzi basefemini (edampi) ngaseSobantu
eMgungundlouvu

Sizobe simasha sisuka eCity Hall ngo LweSihlanu mhlazingu 12 ku Disemba

Sizohambisa inqubomgomo kumphathidolobha ngokungagculiseki kwethu ngalokhu:
* Ukungambandakanywa kwabantu bomphakathi lapho kuthathwa izinqumo
ngokuthuthukiswa kwezindawo lapho kulahlwa khona (edampi)
* Ukuphathwa kwedampi nemithetho engavumeli abasebenzi ukungena edampi
* Ukuhlanzeka kwedolobha laseMgungundlovu jikelele

Wonke umuntu wamukelekile

Masihlangane ekhoneni lemigwaqo uEast no Prince Alfred ngesikhathi
sokugamanxa kwelesishiyagalolunye (09h30) ekuseni

Ukuthola imininingwane ungaxhumana no groundWork kulezinombolo 082 589 7928
/ 084 559 9229 / 082 464 1383 / email:intern@groundwork.org.za

Waste reclaimers of Pietermaritzburg and groundWork

will be marching to City Hall on
Friday 12 December
to present a memorandum to the Mayor dealing with our
concerns about
* People’s participation in decision-making on future developments at
the landfill site
* Management of the landfill site
* Waste management in PMB

ALL WELCOME

Meet at the corner of East and Prince Alfred Streets at 9:30
For more information contact
groundWork at 082 589 7928 or 084 5599229 or 082 464 1383
Or email intern@groundwork.org.za